{"id":78893,"created_at":"2019-07-05 13:47:15","updated_at":"2021-04-23 10:01:58","deleted_at":null,"published_at":"2019-07-05 13:47:15","original_id":null,"artist_id":48524,"title":"Ntombela - Ukuzindla (Feat. Haden Kula) Prod. By Dj Stuni","slug":"ntombela-ukuzindla-feat-haden-kula-prod-by-dj-stuni","status":"published","description":null,"album_id":3862,"streets":1,"source_type":"s3","source":"file","lyrics":"Verse 1:\r\nNgizindla into engapheli, ngisentabeni ethize anginalo ikheli\/ yizimpi ezingapheli ngapha izinsizwa zikhipha into engaceli\/ kunemizwa engazilweli, isingixakeni kule lizwe elingazweli\/ kunezifiso ezingangineli, kodwa futhi kunezinto engingazisweli\/\r\nCishe inicindezela, noma kungeke sicishe incindezelo\/ kusemqondweni k'phela inkululeko izikhulisa okwemvelo\/ ibukisa ngezithelo ezijahe ukukhula zishiye amalungelo\/ ngihleka inhlinini sizothi sibuya iskhathi ngishintshe uhlelo\/ \r\nUzwelo alunamehluko, ukusiza oyedwa kuncedeka imidumo\/ makume ngomumo izinyawo emsakazweni sikhande isidumo\/ ngeke uphinde umazi ongeke akhiphe imali ukuba nodumo\/ vele nezimbungulu zithanda abanikazi kwazi uSdumo\/ \r\nAngibathandi, ngiyabazonda, ngoba basibekele umncele\/ nabangani bathi nginonya,\u00a0 bathi ngeke ngibingelele\/ sanibonani? ninjani? nikhona? \"Siyamazi kwamele simncele\"\/ nje cabanga ngisangaphansi kuzobanjani ngiphumelele?\/\r\n\r\nChorus:\r\nSibonga impilo, sibonga ukuthi amanzi asalwisa umlilo\/ Sibonga isimilo, sibonga ukuthi umama akayigqoki inzilo\/ sibonga isimo sivule ilihlo lethoba labona uthingo\/ sibonga ukuthi sikwazi ukubonga amathonga sesingekho isidingo\/ x2\r\n\r\nVerse 2:\r\n\r\nIzinzule zizula izulu, umthala, umhlaba, zibalekela ikubo\/ nami ngingaphezulu ngihamba izintaba ubhaka uphatha isixubho\/ ngathi usasidida lomhlaba umama ungivulela amahubo\/ ngiyazi ekhaya noma k'banda aba-Koena bangincisha ingubo\/ \r\nUph' umdali? Ngoba inkosana ikhonza amakhosazana\/ angil' hambi isonto, ngisangaya ngiyobona abesifazan\/ usayinhlava ngoba lisakuhlula legama lokuthandana\/ uzoba yimvemvana uthande uchuku, kunuke sanhlavana\/ \r\n\"Bamba lana\", kusho izingane emuva zibona lemibala\/ mayingatholakala kuzoba ukuthi wubani oyibone kuqala\/ lomhlaba ulimele yingako sesikhuthaza nokukakhala\/ bafuna ukuwulapha, badonsa amakhubalo ngekhala\/\r\nNgikhetha ukusala, anginandaba ukuthi ipilisi liphatha impilo\/ futhi bangangibali kulo daba ngisakulo-mkhathimpilo\/ ngishisa impepho kuphela, istimela asifiki kithi bengishilo\/ niyazi ithemba yimi ningase nijabule ngiphenduke ichilo\/\r\n\r\nBridge: [Hayden Kula]\r\nYes our hand wield power , yes our hands wield power, yes our hands wield power...\r\nYes our hand wield power , yes our hands wield power, yes our hands wield power...\r\n\r\nChorus:\r\nSibonga impilo, sibonga ukuthi amanzi asalwisa umlilo\/ Sibonga isimilo, sibonga ukuthi umama akayigqoki inzilo\/ sibonga isimo sivule ilihlo lethoba labona uthingo\/ sibonga ukuthi sikwazi ukubonga amathonga sesingekho isidingo\/ x2","download_count":2454,"play_count":46,"restrict_download":0,"generated_thumbnail":null,"flag_count":0,"download_count_24":3,"download_count_24_at":"2021-04-23","reupload_sent":0,"thumb_path":"https:\/\/s3.eu-central-1.amazonaws.com\/sol-assets\/uploads\/public\/5d1\/f38\/41e\/thumb_240097_300_300_0_0_crop.jpg","status_reason":null,"status_reason_alt":null,"tags":[]}
Loading your song...
Downloads: 2454
Song Lyrics:
Verse 1:
Ngizindla into engapheli, ngisentabeni ethize anginalo ikheli/ yizimpi ezingapheli ngapha izinsizwa zikhipha into engaceli/ kunemizwa engazilweli, isingixakeni kule lizwe elingazweli/ kunezifiso ezingangineli, kodwa futhi kunezinto engingazisweli/
Cishe inicindezela, noma kungeke sicishe incindezelo/ kusemqondweni k'phela inkululeko izikhulisa okwemvelo/ ibukisa ngezithelo ezijahe ukukhula zishiye amalungelo/ ngihleka inhlinini sizothi sibuya iskhathi ngishintshe uhlelo/
Uzwelo alunamehluko, ukusiza oyedwa kuncedeka imidumo/ makume ngomumo izinyawo emsakazweni sikhande isidumo/ ngeke uphinde umazi ongeke akhiphe imali ukuba nodumo/ vele nezimbungulu zithanda abanikazi kwazi uSdumo/
Angibathandi, ngiyabazonda, ngoba basibekele umncele/ nabangani bathi nginonya, bathi ngeke ngibingelele/ sanibonani? ninjani? nikhona? "Siyamazi kwamele simncele"/ nje cabanga ngisangaphansi kuzobanjani ngiphumelele?/
Chorus:
Sibonga impilo, sibonga ukuthi amanzi asalwisa umlilo/ Sibonga isimilo, sibonga ukuthi umama akayigqoki inzilo/ sibonga isimo sivule ilihlo lethoba labona uthingo/ sibonga ukuthi sikwazi ukubonga amathonga sesingekho isidingo/ x2
Verse 2:
Izinzule zizula izulu, umthala, umhlaba, zibalekela ikubo/ nami ngingaphezulu ngihamba izintaba ubhaka uphatha isixubho/ ngathi usasidida lomhlaba umama ungivulela amahubo/ ngiyazi ekhaya noma k'banda aba-Koena bangincisha ingubo/
Uph' umdali? Ngoba inkosana ikhonza amakhosazana/ angil' hambi isonto, ngisangaya ngiyobona abesifazan/ usayinhlava ngoba lisakuhlula legama lokuthandana/ uzoba yimvemvana uthande uchuku, kunuke sanhlavana/
"Bamba lana", kusho izingane emuva zibona lemibala/ mayingatholakala kuzoba ukuthi wubani oyibone kuqala/ lomhlaba ulimele yingako sesikhuthaza nokukakhala/ bafuna ukuwulapha, badonsa amakhubalo ngekhala/
Ngikhetha ukusala, anginandaba ukuthi ipilisi liphatha impilo/ futhi bangangibali kulo daba ngisakulo-mkhathimpilo/ ngishisa impepho kuphela, istimela asifiki kithi bengishilo/ niyazi ithemba yimi ningase nijabule ngiphenduke ichilo/
Bridge: [Hayden Kula]
Yes our hand wield power , yes our hands wield power, yes our hands wield power...
Yes our hand wield power , yes our hands wield power, yes our hands wield power...
Chorus:
Sibonga impilo, sibonga ukuthi amanzi asalwisa umlilo/ Sibonga isimilo, sibonga ukuthi umama akayigqoki inzilo/ sibonga isimo sivule ilihlo lethoba labona uthingo/ sibonga ukuthi sikwazi ukubonga amathonga sesingekho isidingo/ x2
Subscribe to get the hottest exclusive music and content straight to your inbox!
Help us verify you before we continue...
We were not able to verify you. Please try again.