Reload
{"id":59831,"created_at":"2019-03-06 11:51:55","updated_at":"2021-04-03 00:43:57","deleted_at":null,"published_at":"2019-03-06 11:51:55","original_id":null,"artist_id":20289,"title":"BEKEZELA ft Princess N","slug":"bekezela-ft-princess-n","status":"published","description":null,"album_id":1107,"streets":1,"source_type":"s3","source":"file","lyrics":"Verse 1 [Key-man] \r\n\r\nLendlel'inzima sometimes\/\/... ngeke walunga amagwala\/\/... Wazini ngokuy'es'koleni ntwana ungadlile\/\/... U loose focus angani phela ulambile\/\/...\r\n\r\nUmndeni uyasokola nawe ufis'ukuba nobaba oyisigwili\/\/... Ezinye iy'ngane zidla kahle ziphila kahle impilo iyashelela\/\/... Ugcina ususaba nokushela phela ugqok'ingubo ey'dabukile\/\/... \r\n\r\nWazini ngokudl'uphuthu ulishebe ne rice\/\/... Kamakhelwane mabedl'inyama banivalele ngaphandle\/\/... Lapho nomndeni awuzwani kahle mfana\/\/... Uhlukene kabili kodwa angikaze ngithath'i side\/\/...\r\n\r\nCan you imagine ubhuti wakho engezwa kahle ngamadlebe\/\/... Lobobuhlungu ngihlala ngibuzwa zonke iy'nsuku\/\/... Ngyazi ak'mina ngedwa kodwa akukho okuhlula umdali\/\/... Nawe thandaz'uguqe ngedolo ungakhali\/\/... Lezonyembezi izona ezizokunika injabulo s'bali\/\/...\r\n\r\nChorus [Princess N] \r\n\r\nUngapheli ithemba (ithemba) kukho konke osudlule kukho... Umdali ukubekel'isibusiso... Bekezela mtakababa Bekezela... BEKEZELA... \r\n\r\nVerse 2 [Key-man] \r\n\r\nSometimes ngivele ngifise ngathi ngingayovusa ubaba kulelathuna alala k'lona\/\/... S'xoxe njengamadoda kunalemibuzo engifisa angiphendule yona\/\/... Kokunye ngibanethemba lokuthi mangihamba ungibhekile\/\/... Umama mehluleka nawe uzam'ungilekelele\/\/... \r\n\r\nNoma kunzima umama ebewa evuka nathi\/\/... Ehlanganisa i cent ngapha s'vika abathakathi\/\/... \r\nNalenhliziyo yami nayo ngathi ifaswe ngeketango\/\/... I guess sek'seduze futhi kuvuleke lemnyango\/\/... \r\n\r\nLalela my brother akukho ukudlul'ukubekezela\/\/... Ungalali ungathandazanga lokho kungakuvulela indlela\/\/... Angazi uzongithatha kodwa nami nginombono\/\/... Mawunzw'indlala lokho k'chaza ukuthi sebenza kanzima nowe uzozakhela ik'sas'elingcono\/\/... Khumbul'indoda ayiwi iyaguqa\/\/... Bes'ivuka iy'thathe ibheke phambili\/\/... \r\n\r\nChorus [Princess N] \r\n\r\nUngapheli ithemba (ithemba) kukho konke osudlule kukho... Umdali ukubekel'isibusiso... Bekezela mtakababa Bekezela... BEKEZELA... \r\n\r\nChorus [Princess N] \r\n\r\nUngapheli ithemba (ithemba) kukho konke osudlule kukho... Umdali ukubekel'isibusiso... Bekezela mtakababa Bekezela... BEKEZELA... \r\n\r\nMoral of the song [Key-man] \r\n\r\nOwyeh! igama u Key-man, lena ingoma iphuma ekujuleni kwenhliziyo yami. Sengidlule ezimeni ezinzima kabi but buka namanje ngisakhona. So nawe ngizama ukuk'tshela ukuthi unga give up. \r\n\r\n[BEKEZELA... ]","download_count":207,"play_count":10,"restrict_download":0,"generated_thumbnail":null,"flag_count":0,"download_count_24":1,"download_count_24_at":"2021-04-03","reupload_sent":0,"thumb_path":"https:\/\/s3.eu-central-1.amazonaws.com\/sol-assets\/uploads\/public\/5c7\/f97\/7e5\/thumb_184245_300_300_0_0_crop.jpg","status_reason":null,"status_reason_alt":null,"tags":[]}

Song Lyrics:

Verse 1 [Key-man] Lendlel'inzima sometimes//... ngeke walunga amagwala//... Wazini ngokuy'es'koleni ntwana ungadlile//... U loose focus angani phela ulambile//... Umndeni uyasokola nawe ufis'ukuba nobaba oyisigwili//... Ezinye iy'ngane zidla kahle ziphila kahle impilo iyashelela//... Ugcina ususaba nokushela phela ugqok'ingubo ey'dabukile//... Wazini ngokudl'uphuthu ulishebe ne rice//... Kamakhelwane mabedl'inyama banivalele ngaphandle//... Lapho nomndeni awuzwani kahle mfana//... Uhlukene kabili kodwa angikaze ngithath'i side//... Can you imagine ubhuti wakho engezwa kahle ngamadlebe//... Lobobuhlungu ngihlala ngibuzwa zonke iy'nsuku//... Ngyazi ak'mina ngedwa kodwa akukho okuhlula umdali//... Nawe thandaz'uguqe ngedolo ungakhali//... Lezonyembezi izona ezizokunika injabulo s'bali//... Chorus [Princess N] Ungapheli ithemba (ithemba) kukho konke osudlule kukho... Umdali ukubekel'isibusiso... Bekezela mtakababa Bekezela... BEKEZELA... Verse 2 [Key-man] Sometimes ngivele ngifise ngathi ngingayovusa ubaba kulelathuna alala k'lona//... S'xoxe njengamadoda kunalemibuzo engifisa angiphendule yona//... Kokunye ngibanethemba lokuthi mangihamba ungibhekile//... Umama mehluleka nawe uzam'ungilekelele//... Noma kunzima umama ebewa evuka nathi//... Ehlanganisa i cent ngapha s'vika abathakathi//... Nalenhliziyo yami nayo ngathi ifaswe ngeketango//... I guess sek'seduze futhi kuvuleke lemnyango//... Lalela my brother akukho ukudlul'ukubekezela//... Ungalali ungathandazanga lokho kungakuvulela indlela//... Angazi uzongithatha kodwa nami nginombono//... Mawunzw'indlala lokho k'chaza ukuthi sebenza kanzima nowe uzozakhela ik'sas'elingcono//... Khumbul'indoda ayiwi iyaguqa//... Bes'ivuka iy'thathe ibheke phambili//... Chorus [Princess N] Ungapheli ithemba (ithemba) kukho konke osudlule kukho... Umdali ukubekel'isibusiso... Bekezela mtakababa Bekezela... BEKEZELA... Chorus [Princess N] Ungapheli ithemba (ithemba) kukho konke osudlule kukho... Umdali ukubekel'isibusiso... Bekezela mtakababa Bekezela... BEKEZELA... Moral of the song [Key-man] Owyeh! igama u Key-man, lena ingoma iphuma ekujuleni kwenhliziyo yami. Sengidlule ezimeni ezinzima kabi but buka namanje ngisakhona. So nawe ngizama ukuk'tshela ukuthi unga give up. [BEKEZELA... ]

Subscribe to get the hottest exclusive music and content straight to your inbox!

Register for Slikour On Life
Sign in for Slikour On Life