Reload
{"id":308961,"created_at":"2024-04-29 02:06:28","updated_at":"2024-06-03 07:02:45","deleted_at":null,"published_at":"2024-04-29 02:06:28","original_id":null,"artist_id":151177,"title":"Inombolo","slug":"inombolo-4","status":"published","description":null,"album_id":null,"streets":1,"source_type":"s3","source":"file","lyrics":"Chorus: (Kudala bengikhuza ngabangani bam base`makhoneni ngoba bazongifaka enyakanyakeni bangishiye emanyaleni ng`khale ngifunusizo ngisebunzimeni) \r\nverse 1\r\n\r\nAwuthi mina ngikuxoxele \r\nKudala ngirhuzuka lajele \r\nGcwala mfana sekhaya estupini uzobhayiziswa\r\nChitheka gunman uzoshishiliza\r\nPhezu kweshikisha ushaye isi pharaphara\r\nUlahli`thawula njeng Dingan Thobela\r\nuzokhala ungashay`wanga \r\nuzozibonela nawe ukuthi ilanga lishonile \r\nkushubile noma liphumile \r\nAmasi abekwe elangeni abolile \r\nNgithe mangingena ebhantshini\r\n Ngathola intsizwa zangihlahlela amehlo njenge nkomo ehlinzwayo\r\nZaphakamisa 6,7 no 8,\r\nBathi ziphi ?Ngathi ini manje?\r\nIngakanani? ini manje?\r\nOmunye wabo wathi ungubani wena?\r\nNgathi amina ngu Lizo umadabula angithengi skelem\r\nngifela emntwini njenge blacksem\r\nBathi woo umsebenzi walana ekhaya umnandi futhi ubuhlungu\r\nUhlula amadoda ayishuminambili \r\nEmpumalanga kusetshenzwa ngobukhazikhazi \r\nkhulula elimaninkiniki ijazi\r\nkuhlutshwa emini,kudliwa intsangu ipilisi nedolo \r\nwangena ezababili kuvele kuchitheke igazi\r\nNo condom mawufuna ukwazi \r\numshimane phezuko mshimane \r\nIndlovu iyangena impilo yakhona \r\nChorus: (Kudala bengikhuza ngabangani bam base`makhoneni ngoba bazongifaka enyakanyakeni bangishiye emanyaleni ng`khale ngifunusizo ngisebunzimeni) \r\nverse 2\r\n\r\nNgathola uDambuza ebhantshini\r\nIzinto azimhambeli kahle \r\nImpilo ejele imsinda njenge saka lamalahle \r\nNgambuza ngathi ntwana mara kwenzekani hee?\r\nWathi ntwana bang`phendule umfazi ngoba ngisaba ukukhipha igazi\r\nKudliwa intsangu isendelendlela \r\nFuthi nalamarhata aphushi`nombolo \r\nAngisakwazinoku guqa ngedolo\r\nNgikhulume noMdali ngenxa yentshayelo \r\nAbazali bam abasezi nokuzongibona\r\nOne day ngathi mangibathinta ngocingo\r\nUmfowethu wangitshela ukuthi umama usishiyile\r\nNosisi wakho Lizo uLungile ushadile \r\nSho ntwanas,nam i hope izinto zimhambela kahle \r\nZifudumele njenge stovu samalahle \r\nCishe ngakhohlwa umzala wakho uMatsidiso ugulela ukufa nokuphila \r\nMawufonela ekasi ubatshele ekhaya ngiyabathanda \r\nAmarhumusha awayekele ukuzi khanda\r\nNgabe ngiyobuya nisaphila na zihlobo zam,nabangani bam?","download_count":19,"play_count":0,"restrict_download":0,"generated_thumbnail":null,"flag_count":0,"download_count_24":1,"download_count_24_at":"2024-06-03","reupload_sent":0,"thumb_path":"https:\/\/s3.eu-central-1.amazonaws.com\/sol-assets\/uploads\/public\/662\/ee4\/782\/thumb_1014920_300_300_0_0_crop.png","status_reason":"published","status_reason_alt":null,"tags":[]}

Song Lyrics:

Chorus: (Kudala bengikhuza ngabangani bam base`makhoneni ngoba bazongifaka enyakanyakeni bangishiye emanyaleni ng`khale ngifunusizo ngisebunzimeni) verse 1 Awuthi mina ngikuxoxele Kudala ngirhuzuka lajele Gcwala mfana sekhaya estupini uzobhayiziswa Chitheka gunman uzoshishiliza Phezu kweshikisha ushaye isi pharaphara Ulahli`thawula njeng Dingan Thobela uzokhala ungashay`wanga uzozibonela nawe ukuthi ilanga lishonile kushubile noma liphumile Amasi abekwe elangeni abolile Ngithe mangingena ebhantshini Ngathola intsizwa zangihlahlela amehlo njenge nkomo ehlinzwayo Zaphakamisa 6,7 no 8, Bathi ziphi ?Ngathi ini manje? Ingakanani? ini manje? Omunye wabo wathi ungubani wena? Ngathi amina ngu Lizo umadabula angithengi skelem ngifela emntwini njenge blacksem Bathi woo umsebenzi walana ekhaya umnandi futhi ubuhlungu Uhlula amadoda ayishuminambili Empumalanga kusetshenzwa ngobukhazikhazi khulula elimaninkiniki ijazi kuhlutshwa emini,kudliwa intsangu ipilisi nedolo wangena ezababili kuvele kuchitheke igazi No condom mawufuna ukwazi umshimane phezuko mshimane Indlovu iyangena impilo yakhona Chorus: (Kudala bengikhuza ngabangani bam base`makhoneni ngoba bazongifaka enyakanyakeni bangishiye emanyaleni ng`khale ngifunusizo ngisebunzimeni) verse 2 Ngathola uDambuza ebhantshini Izinto azimhambeli kahle Impilo ejele imsinda njenge saka lamalahle Ngambuza ngathi ntwana mara kwenzekani hee? Wathi ntwana bang`phendule umfazi ngoba ngisaba ukukhipha igazi Kudliwa intsangu isendelendlela Futhi nalamarhata aphushi`nombolo Angisakwazinoku guqa ngedolo Ngikhulume noMdali ngenxa yentshayelo Abazali bam abasezi nokuzongibona One day ngathi mangibathinta ngocingo Umfowethu wangitshela ukuthi umama usishiyile Nosisi wakho Lizo uLungile ushadile Sho ntwanas,nam i hope izinto zimhambela kahle Zifudumele njenge stovu samalahle Cishe ngakhohlwa umzala wakho uMatsidiso ugulela ukufa nokuphila Mawufonela ekasi ubatshele ekhaya ngiyabathanda Amarhumusha awayekele ukuzi khanda Ngabe ngiyobuya nisaphila na zihlobo zam,nabangani bam?

Subscribe to get the hottest exclusive music and content straight to your inbox!

Register for Slikour On Life
Sign in for Slikour On Life