{"id":263963,"created_at":"2022-06-11 22:01:13","updated_at":"2025-04-27 01:27:07","deleted_at":null,"published_at":"2022-06-11 22:01:13","original_id":null,"artist_id":117923,"title":"RIP Ntwana yami ft Leekay","slug":"rip-ntwana-yami","status":"published","description":null,"album_id":null,"streets":1,"source_type":"s3","source":"file","lyrics":"Chorus by Leekay - Inhliziyo ikhala ubsuku nemini ngifisa ukuphinde ngikubone mnganami. washeshe wawela. Kulungile kodwa ususekhaya ngithemba ujabule laphukhona. iba ithongo elihle kithi uskhanyisele indlelaaah\r\n\r\nVerse 1 Kunzima ukwamukela ukuthi ntwana yami usuhambile\/\/umama ungiduduzile wathi okwenzekile bekudaliwe\/\/kumele ngamukele ukuthi uSlie usamashile\/\/mengiqubeka nokukhala indlela yakho ngiyvimbile\r\n\r\nAngifuni ukuqamba amanga ntwana yami ngizokukhumbula\/\/nginakho ukufisa engathi mhlampe ubungabuya\/\/yazi ukube kuyangami ngabe ntwana ngiyavusa\/\/noma ngicela nivuse mina ningitshele ukuthi Kade ngiphupha.\r\n\r\nOmunye ungifonelile wathi Zothani bhala\/\/ uyazi laphekhona lokho uSlie ubengakuthanda\/\/igama engigcine ukulibhala ukuthi ngiyakuthanda\/\/ngithe ngizama ukuqedelela ngavele ngakhala\r\n\r\nNginakho ukuthi no Ntwana yami ngisazoybona\/\/nginakho ukuhlala ngibheke ifoni ngithi uSlie usazfona\/\/ukuthi awusekho kulomhlaba even manje angikholwa\/\/okumele ukwazi ukuthi angisoze ngakukhohlwa....\r\n\r\n\r\nChorus by Leekay - Inhliziyo ikhala ubsuku nemini ngifisa ukuphinde ngikubone mnganami. washeshe wawela. Kulungile kodwa ususekhaya ngithemba ujabule laphukhona. iba ithongo elihle kithi uskhanyisele indlelaaah\r\n\r\nVerse 2-Yazi islonda ongishiya naso akekho umuntu ongaspholisa\/\/ngikhala kuze kuse coz akekho umuntu ongangithulisa\/\/umuntu ongangiduduza ozokwazi ukukbuyisa\/\/if engekho ngisazokhala ntwana yami ngiyaxolisa \r\n\r\nNgikhumbula lezansuku uthi angikubhalele ingoma\/\/ngikhumbula ungifonelq uthi waze wafah ukoma\/\/uma kuphela inyanga ntwana yami sizobona\/\/coz benginethemba ukuthi izophela usakhona\r\n\r\n\r\nNgithemba laphukhona ntwana uhleli ngokuphumula\/\/ngiyazi laphukhona naawe ntwana uyaskhumbula\/\/uhleli nengeliso ehlabeni uyasbuka\/\/ mhlape nawe skhokho ufisa engathi ungabuya..\r\n\r\nUkube ikhona ifoni lapho ngabe ngiyakufonela\/\/yazi ukube kuyangami ngabe ntwana ngiyakulandela\/\/lengoma eyakho skk sami ngithemba uzoymamela\/\/iphupho lakho lokuqala ngifuna ukuk'fezela\r\n\r\nChorus by Leekay - Inhliziyo ikhala ubsuku nemini ngifisa ukuphinde ngikubone mnganami. washeshe wawela. Kulungile kodwa ususekhaya ngithemba ujabule laphukhona. iba ithongo elihle kithi uskhanyisele indlelaa","download_count":8229,"play_count":4191,"restrict_download":0,"generated_thumbnail":null,"flag_count":0,"download_count_24":39,"download_count_24_at":"2025-04-26","reupload_sent":0,"thumb_path":"https:\/\/s3.eu-central-1.amazonaws.com\/sol-assets\/uploads\/public\/62a\/4f2\/24c\/thumb_844011_300_300_0_0_crop.jpg","status_reason":"published","status_reason_alt":null,"tags":[]}
Song Lyrics:
Chorus by Leekay - Inhliziyo ikhala ubsuku nemini ngifisa ukuphinde ngikubone mnganami. washeshe wawela. Kulungile kodwa ususekhaya ngithemba ujabule laphukhona. iba ithongo elihle kithi uskhanyisele indlelaaah
Verse 1 Kunzima ukwamukela ukuthi ntwana yami usuhambile//umama ungiduduzile wathi okwenzekile bekudaliwe//kumele ngamukele ukuthi uSlie usamashile//mengiqubeka nokukhala indlela yakho ngiyvimbile
Angifuni ukuqamba amanga ntwana yami ngizokukhumbula//nginakho ukufisa engathi mhlampe ubungabuya//yazi ukube kuyangami ngabe ntwana ngiyavusa//noma ngicela nivuse mina ningitshele ukuthi Kade ngiphupha.
Omunye ungifonelile wathi Zothani bhala// uyazi laphekhona lokho uSlie ubengakuthanda//igama engigcine ukulibhala ukuthi ngiyakuthanda//ngithe ngizama ukuqedelela ngavele ngakhala
Nginakho ukuthi no Ntwana yami ngisazoybona//nginakho ukuhlala ngibheke ifoni ngithi uSlie usazfona//ukuthi awusekho kulomhlaba even manje angikholwa//okumele ukwazi ukuthi angisoze ngakukhohlwa....
Chorus by Leekay - Inhliziyo ikhala ubsuku nemini ngifisa ukuphinde ngikubone mnganami. washeshe wawela. Kulungile kodwa ususekhaya ngithemba ujabule laphukhona. iba ithongo elihle kithi uskhanyisele indlelaaah
Verse 2-Yazi islonda ongishiya naso akekho umuntu ongaspholisa//ngikhala kuze kuse coz akekho umuntu ongangithulisa//umuntu ongangiduduza ozokwazi ukukbuyisa//if engekho ngisazokhala ntwana yami ngiyaxolisa
Ngikhumbula lezansuku uthi angikubhalele ingoma//ngikhumbula ungifonelq uthi waze wafah ukoma//uma kuphela inyanga ntwana yami sizobona//coz benginethemba ukuthi izophela usakhona
Ngithemba laphukhona ntwana uhleli ngokuphumula//ngiyazi laphukhona naawe ntwana uyaskhumbula//uhleli nengeliso ehlabeni uyasbuka// mhlape nawe skhokho ufisa engathi ungabuya..
Ukube ikhona ifoni lapho ngabe ngiyakufonela//yazi ukube kuyangami ngabe ntwana ngiyakulandela//lengoma eyakho skk sami ngithemba uzoymamela//iphupho lakho lokuqala ngifuna ukuk'fezela
Chorus by Leekay - Inhliziyo ikhala ubsuku nemini ngifisa ukuphinde ngikubone mnganami. washeshe wawela. Kulungile kodwa ususekhaya ngithemba ujabule laphukhona. iba ithongo elihle kithi uskhanyisele indlelaa
Subscribe to get the hottest exclusive music and content straight to your inbox!
Help us verify you before we continue...
We were not able to verify you. Please try again.