{"id":255889,"created_at":"2022-03-18 22:53:56","updated_at":"2025-05-09 11:39:21","deleted_at":null,"published_at":"2022-03-18 22:53:56","original_id":null,"artist_id":42912,"title":"Hhay'kabi","slug":"hhaykabi","status":"published","description":null,"album_id":null,"streets":1,"source_type":"s3","source":"file","lyrics":"Intro [Neezy]\r\nEy Ubuhle bendoda zinkomo zayo angfis' uk'mosha ubusha bakho\r\n\r\nVerse1[N.jay ibhoza]\r\nU deserve oku better ngi feel engathi ngyakbambezela\r\nMina s'nethwa nawe isisheli sifika nge G7 ang'lindele ukuth' uhlale iphans' eyam i level Qoma nanka ama charma angi afford i urban\r\nIzinja zama vrr pha izint' ezi run i Durban mina ngiswel' clipa yoktheng' ugesi e khebhen\r\nNgyafis' ukuk'khipha, kodwa ngsayhlanganisela sengkhetha ukukshiya ngoba ngkhathel' ukukphuphela\r\nPlease ungang'ncengi allow me to love you and leave you\r\nAngik' deserve but I'm not saying i won't miss you\r\nUthando lulodwa alukho enough to keep you\r\nNanini ubofona this is my last time kissing you \r\nNgabe ngi selfish mengingingathi ng'cel uhlale nami \r\nAngikthethis' hamb' uthol abanye hunny uthando lwakho angilu afford luding' umuntu onemali\r\nSengkhathele uklokhu ngiykhohlisa ngi dazi nkani\r\n\r\nChorus [Neezy]\r\nA ngi nakho okwanele bengithi ngzoknika uqobo lwami hhay' kabi sobuye sbonane hhay' kabi siyobuye sbonane hhay' kabi sobuye sbonane hhay' Kabi soyobuye sbonane\r\n\r\nVerse 2 [Neezy]\r\nUnomndeni nabangani okumele ubenze proud\r\nThey can't wait to see you wearing your wedding gown\r\nAlready ubaphoxile ngokthanda umjita onjengami\r\nNgumalambane angi afodi so luyize uthando lwami\r\nYeah I know, ukuthi inhliziyo ayphakelwa.\r\nI know, ukuthi izinto ezinhle zyalwelwa.\r\nI know makukhona uthando ibakhona indlela\r\nBt I know uthando malulodwa alusoze lwanela\r\nUnakho konke okuhle mina ngnothando nje lodwa\r\nThola omunye ozokunika more than engikunika kona.\r\nAkumnandi ukukbona uzenzela konke ngikhona\r\nAngndoda yalutho ngikhona Koda uswele into yokugqoka.\r\nAmanye amajita azokufihlela ivari\r\nNgyakthanda Koda kmele wazi uthando lwethu luyaphi\r\nNgikubona usekhaya ngelinye ilanga ungumkami \r\nNgswele amandla so angfuni ukukmoshela iskhathi\r\n\r\nChorus [Neezy]\r\nA ngi nakho okwanele bengithi ngzoknika uqobo lwami hhay' kabi sobuye sbonane hhay' kabi siyobuye sbonane hhay' kabi sobuye sbonane hhay' Kabi soyobuye sbonane\r\n\r\nVerse 3 [N.jay ibhoza]\r\nAh yes i love you, angkaze ngisho ukuthi angikthandi\r\nBut mama angfis ukukvimbel impil' emnandi\r\nNom into ungaythanda kfik iskhathi sokuthi ihambe\r\nAngnalo ngish' ibhara benghluleka ukuthi ngiklande\r\nNgkhathele uku compete nama charma ngingenamali\r\nNgkhathele abangan bakho bengthatha njengebhari vel uhambe nawe uthol i blessor njengabo mbally\r\nNgyakukhulula ngenhliziy' emhlophe ngshiye phansi\r\n\r\n\r\nChorus [Neezy]\r\nA ngi nakho okwanele bengithi ngzoknika uqobo lwami hhay' kabi sobuye sbonane hhay' kabi siyobuye sbonane hhay' kabi sobuye sbonane hhay' Kabi soyobuye sbonane","download_count":204,"play_count":13,"restrict_download":0,"generated_thumbnail":null,"flag_count":0,"download_count_24":2,"download_count_24_at":"2025-05-09","reupload_sent":0,"thumb_path":"https:\/\/s3.eu-central-1.amazonaws.com\/sol-assets\/uploads\/public\/623\/4f1\/544\/thumb_814074_300_300_0_0_crop.jpg","status_reason":"published","status_reason_alt":null,"tags":[]}
Song Lyrics:
Intro [Neezy]
Ey Ubuhle bendoda zinkomo zayo angfis' uk'mosha ubusha bakho
Verse1[N.jay ibhoza]
U deserve oku better ngi feel engathi ngyakbambezela
Mina s'nethwa nawe isisheli sifika nge G7 ang'lindele ukuth' uhlale iphans' eyam i level Qoma nanka ama charma angi afford i urban
Izinja zama vrr pha izint' ezi run i Durban mina ngiswel' clipa yoktheng' ugesi e khebhen
Ngyafis' ukuk'khipha, kodwa ngsayhlanganisela sengkhetha ukukshiya ngoba ngkhathel' ukukphuphela
Please ungang'ncengi allow me to love you and leave you
Angik' deserve but I'm not saying i won't miss you
Uthando lulodwa alukho enough to keep you
Nanini ubofona this is my last time kissing you
Ngabe ngi selfish mengingingathi ng'cel uhlale nami
Angikthethis' hamb' uthol abanye hunny uthando lwakho angilu afford luding' umuntu onemali
Sengkhathele uklokhu ngiykhohlisa ngi dazi nkani
Chorus [Neezy]
A ngi nakho okwanele bengithi ngzoknika uqobo lwami hhay' kabi sobuye sbonane hhay' kabi siyobuye sbonane hhay' kabi sobuye sbonane hhay' Kabi soyobuye sbonane
Verse 2 [Neezy]
Unomndeni nabangani okumele ubenze proud
They can't wait to see you wearing your wedding gown
Already ubaphoxile ngokthanda umjita onjengami
Ngumalambane angi afodi so luyize uthando lwami
Yeah I know, ukuthi inhliziyo ayphakelwa.
I know, ukuthi izinto ezinhle zyalwelwa.
I know makukhona uthando ibakhona indlela
Bt I know uthando malulodwa alusoze lwanela
Unakho konke okuhle mina ngnothando nje lodwa
Thola omunye ozokunika more than engikunika kona.
Akumnandi ukukbona uzenzela konke ngikhona
Angndoda yalutho ngikhona Koda uswele into yokugqoka.
Amanye amajita azokufihlela ivari
Ngyakthanda Koda kmele wazi uthando lwethu luyaphi
Ngikubona usekhaya ngelinye ilanga ungumkami
Ngswele amandla so angfuni ukukmoshela iskhathi
Chorus [Neezy]
A ngi nakho okwanele bengithi ngzoknika uqobo lwami hhay' kabi sobuye sbonane hhay' kabi siyobuye sbonane hhay' kabi sobuye sbonane hhay' Kabi soyobuye sbonane
Verse 3 [N.jay ibhoza]
Ah yes i love you, angkaze ngisho ukuthi angikthandi
But mama angfis ukukvimbel impil' emnandi
Nom into ungaythanda kfik iskhathi sokuthi ihambe
Angnalo ngish' ibhara benghluleka ukuthi ngiklande
Ngkhathele uku compete nama charma ngingenamali
Ngkhathele abangan bakho bengthatha njengebhari vel uhambe nawe uthol i blessor njengabo mbally
Ngyakukhulula ngenhliziy' emhlophe ngshiye phansi
Chorus [Neezy]
A ngi nakho okwanele bengithi ngzoknika uqobo lwami hhay' kabi sobuye sbonane hhay' kabi siyobuye sbonane hhay' kabi sobuye sbonane hhay' Kabi soyobuye sbonane
Subscribe to get the hottest exclusive music and content straight to your inbox!
Help us verify you before we continue...
We were not able to verify you. Please try again.