Reload
{"id":23964,"created_at":"2018-06-10 21:33:53","updated_at":"2021-04-22 15:06:55","deleted_at":null,"published_at":"2018-06-10 21:33:53","original_id":null,"artist_id":18039,"title":"Istabane (ft Blinds & Spesh)","slug":"istabane-ft-blinds-spesh","status":"published","description":null,"album_id":null,"streets":1,"source_type":"s3","source":"file","lyrics":"Verse 1\r\n(Sabelo Skhossana)\r\nAng'son' istabane 'soze ngab' isona\r\nKodw' ang'bukisi ngaso, ang'phawul' uma ngisbona.\r\nAnginyanyi kahle kahle ang'ncinzeki ndawo.\r\nAngis'thuki futh' angis'bukeli phansi njengez'nyawo.\r\nUkuth' umuntu wenzan' ngempilo yakhe okwakhe.\r\nPho kunan' uma zingak'jabulis' iz'nqumo zakhe?\r\nAkenzeli wena vele, lalela mina ngik'tshele\r\nUkuth' umkhethele indlela yok'phila ak'fanele.\r\nUkuth' umkhethele indlela yok'phila ak'fanele (4).\r\nAngish' ukuthi zithand' iz'tabane ngith' ungaz' zondi,\r\nUgweme nok'phawula uma into ungay'qondi.\r\nNg'bukela k'zona mina ngoba zenza noma yin'\r\nEz'fun' uk'yenza az'nandaba ukuthi wen' uthin'.\r\n\r\nChorus\r\n(Blinds)\r\nNna ke pholositswe ebile ga ke tlhotlheletsi ditabane (2).\r\nGa ke lwe le bona ka nama (7).\r\n\r\n(Spesh)\r\nAndibahluleli, andibahluleli bazi dalwa zika Thixo (2).\r\nBangabaka Thixo, uThix' uluthando. Uthand' alwahluleli, luyavikela luyasikelela (2).\r\n\r\nVerse 2\r\n(Sabelo Skhossana)\r\nIngan' yam' ith' ithand' ub'lil' ob'fana nobayo.\r\nNg'sadidekile, ang'mangazile amazw' ayo.\r\nLapha kwaNgobese ay'kaze yenzek' int' enje.\r\nK'sukela kokhokho akekh' owake nje waba nje.\r\nMangyamukela lent' omakhelwane bazothin'?\r\nKuzokhulunywa ngam' emsebenzin'.\r\nKuzohletshwa ngomuz' wam' emphakathin'.\r\nEsontweni k'zothiw' angik'lalel' ok'shiw' eBhay'bhilin'.\r\nKodwa...ukuth' abantu bazocabangan'\r\nNgabe k'baluleke ok'dlula ezalwa yim' ingan'?\r\nNgeke ngiy'shintshe noma ngazama kanjan'.\r\nIzong'lahlekela uma ngilalela inkan'.\r\nNgiy'thanda ngothand' ol'ngena mgomo nembandela.\r\nEng'zokwenza ukuyamukela\r\nInjengob' injalo ngingayixosh' emzin' wam',\r\nNgingay'khiph' engqondwen' yam', ib' ingxenye yempilo yam'.\r\n\r\nChorus","download_count":350,"play_count":24,"restrict_download":0,"generated_thumbnail":null,"flag_count":0,"download_count_24":2,"download_count_24_at":"2021-04-22","reupload_sent":0,"thumb_path":"https:\/\/s3.eu-central-1.amazonaws.com\/sol-assets\/uploads\/public\/5b1\/d73\/da8\/thumb_79171_300_300_0_0_crop.jpeg","status_reason":null,"status_reason_alt":null,"tags":[]}

Song Lyrics:

Verse 1 (Sabelo Skhossana) Ang'son' istabane 'soze ngab' isona Kodw' ang'bukisi ngaso, ang'phawul' uma ngisbona. Anginyanyi kahle kahle ang'ncinzeki ndawo. Angis'thuki futh' angis'bukeli phansi njengez'nyawo. Ukuth' umuntu wenzan' ngempilo yakhe okwakhe. Pho kunan' uma zingak'jabulis' iz'nqumo zakhe? Akenzeli wena vele, lalela mina ngik'tshele Ukuth' umkhethele indlela yok'phila ak'fanele. Ukuth' umkhethele indlela yok'phila ak'fanele (4). Angish' ukuthi zithand' iz'tabane ngith' ungaz' zondi, Ugweme nok'phawula uma into ungay'qondi. Ng'bukela k'zona mina ngoba zenza noma yin' Ez'fun' uk'yenza az'nandaba ukuthi wen' uthin'. Chorus (Blinds) Nna ke pholositswe ebile ga ke tlhotlheletsi ditabane (2). Ga ke lwe le bona ka nama (7). (Spesh) Andibahluleli, andibahluleli bazi dalwa zika Thixo (2). Bangabaka Thixo, uThix' uluthando. Uthand' alwahluleli, luyavikela luyasikelela (2). Verse 2 (Sabelo Skhossana) Ingan' yam' ith' ithand' ub'lil' ob'fana nobayo. Ng'sadidekile, ang'mangazile amazw' ayo. Lapha kwaNgobese ay'kaze yenzek' int' enje. K'sukela kokhokho akekh' owake nje waba nje. Mangyamukela lent' omakhelwane bazothin'? Kuzokhulunywa ngam' emsebenzin'. Kuzohletshwa ngomuz' wam' emphakathin'. Esontweni k'zothiw' angik'lalel' ok'shiw' eBhay'bhilin'. Kodwa...ukuth' abantu bazocabangan' Ngabe k'baluleke ok'dlula ezalwa yim' ingan'? Ngeke ngiy'shintshe noma ngazama kanjan'. Izong'lahlekela uma ngilalela inkan'. Ngiy'thanda ngothand' ol'ngena mgomo nembandela. Eng'zokwenza ukuyamukela Injengob' injalo ngingayixosh' emzin' wam', Ngingay'khiph' engqondwen' yam', ib' ingxenye yempilo yam'. Chorus

Subscribe to get the hottest exclusive music and content straight to your inbox!

Register for Slikour On Life
Sign in for Slikour On Life