Reload
{"id":222783,"created_at":"2021-06-21 13:43:19","updated_at":"2024-06-25 21:43:19","deleted_at":null,"published_at":"2021-06-21 13:43:19","original_id":null,"artist_id":100547,"title":"Lazaru ft Debra Fraiser Sixolele_Baba","slug":"lazaru-ft-debra-fraiser-sixolele-baba","status":"published","description":null,"album_id":null,"streets":1,"source_type":"s3","source":"file","lyrics":"Ithuna livuna mina,\r\nIthuba livuma mina,\r\nNgzokhipha imizwa ephukile neminjunju ejulile,\r\nKulephepha engilibukile ngomhlaba osihlululile,\r\nNgabakwethu asebephenduke izilwane abasihlamukile,\r\nAbanye baphelele phansi badutshuliwe,\r\nAbanye igazi labo asilazi lachithekaphi namanje basadukile,\r\nOmunye ushaywe isifo sohlangothi ukhala ngokuthi bamloyile,\r\nOmnyama uphendukela omnyama intambo yobumbano igqashukile,\r\nKuqala besilwa impi yokuzondwa ondlebezikhanyilanga,\r\nNamuhla silwa impi yezinhliziyo nabakwethu mihla namalanga,\r\nKushaywa edonsayo,\r\nIhhashi amatomu liwakhumulile,\r\nUma ungababuka ezandleni bagoqile bafumbethe,\r\nBafumbethe imidlinzo inzondo izichitho imbese kanye nezibhamu,\r\nZonke lezikhali abaziphethe akuzona ezempumelelo kodwa ezokuzovimba abasendleleni yempumelelo,\r\nEkuseni siyavuka sibashiye belele siyosebenza,\r\nEbsuku masibuya bagibela izilwane ezithize bazosisebenza,\r\nAbanye baphakamisa iythupha bay'biza ngeysebenzi,\r\nYaz Lento aysebenzi,\r\n\r\n\r\nAngzile kuzoncenga zinyo lamuntu namuhla inhliziyo yami ihluthukile,\r\nMa nibona ukuthi kanjani nami ng'bulaleni kodwa nazi ithuna lami liyoba sendleleni,\r\nNgiyoba yingelozi eyonivimba iniguqule izinhliziyo zenu zibemhlophe qwa,\r\nIngelozi eyovala ilungelo lokwenza i abortion ukukhipha izingane eyngena cala,\r\nNgoba nina benincono kuqala ningakawathwala ama savannaKansas emakhanda,\r\nAmantombazane esalalisaba ihlazo ngama weekend esahlala emakhaya,\r\nElalela o mam Deborah Fraser no brenda fassie engakalimoshi izwe uma phorisa no kabza nge piano,\r\nNgiseni kulesouth africa endala le entsha iyanghlula... mina ngkhumbula.\r\nUkubulala abasesfazane kungakangeni estayeleni,\r\nOgogo bengakayifaki imali emabeleni,\r\nAbafwethu bengayphathi imibese emakhikhini,\r\nAmaphoyisa engakawazi u drink emgwaqeni,\r\nIzingane zisasezibusiso zingakakhishwa ngesihluku ezitamkokweni,\r\nNgenelela nyoni yezwe hlangalomhlabathi,\r\nMisuzulu ka zwelithini nasi isizwe sakho siphela ubhekile,\r\nAbanye bayazazi izingane zabo emigwaqweni ziluhlaza,\r\nKodwa bona bayazivuna,\r\nU Lazaru ngihamba Deborah Fraser no mama besizwe sithi South Africa yehlisani imimoya.","download_count":137,"play_count":0,"restrict_download":0,"generated_thumbnail":null,"flag_count":0,"download_count_24":1,"download_count_24_at":"2024-06-25","reupload_sent":0,"thumb_path":"https:\/\/s3.eu-central-1.amazonaws.com\/sol-assets\/uploads\/public\/60d\/07b\/43b\/thumb_689926_300_300_0_0_crop.jpg","status_reason":"published","status_reason_alt":null,"tags":[]}

Song Lyrics:

Ithuna livuna mina, Ithuba livuma mina, Ngzokhipha imizwa ephukile neminjunju ejulile, Kulephepha engilibukile ngomhlaba osihlululile, Ngabakwethu asebephenduke izilwane abasihlamukile, Abanye baphelele phansi badutshuliwe, Abanye igazi labo asilazi lachithekaphi namanje basadukile, Omunye ushaywe isifo sohlangothi ukhala ngokuthi bamloyile, Omnyama uphendukela omnyama intambo yobumbano igqashukile, Kuqala besilwa impi yokuzondwa ondlebezikhanyilanga, Namuhla silwa impi yezinhliziyo nabakwethu mihla namalanga, Kushaywa edonsayo, Ihhashi amatomu liwakhumulile, Uma ungababuka ezandleni bagoqile bafumbethe, Bafumbethe imidlinzo inzondo izichitho imbese kanye nezibhamu, Zonke lezikhali abaziphethe akuzona ezempumelelo kodwa ezokuzovimba abasendleleni yempumelelo, Ekuseni siyavuka sibashiye belele siyosebenza, Ebsuku masibuya bagibela izilwane ezithize bazosisebenza, Abanye baphakamisa iythupha bay'biza ngeysebenzi, Yaz Lento aysebenzi, Angzile kuzoncenga zinyo lamuntu namuhla inhliziyo yami ihluthukile, Ma nibona ukuthi kanjani nami ng'bulaleni kodwa nazi ithuna lami liyoba sendleleni, Ngiyoba yingelozi eyonivimba iniguqule izinhliziyo zenu zibemhlophe qwa, Ingelozi eyovala ilungelo lokwenza i abortion ukukhipha izingane eyngena cala, Ngoba nina benincono kuqala ningakawathwala ama savannaKansas emakhanda, Amantombazane esalalisaba ihlazo ngama weekend esahlala emakhaya, Elalela o mam Deborah Fraser no brenda fassie engakalimoshi izwe uma phorisa no kabza nge piano, Ngiseni kulesouth africa endala le entsha iyanghlula... mina ngkhumbula. Ukubulala abasesfazane kungakangeni estayeleni, Ogogo bengakayifaki imali emabeleni, Abafwethu bengayphathi imibese emakhikhini, Amaphoyisa engakawazi u drink emgwaqeni, Izingane zisasezibusiso zingakakhishwa ngesihluku ezitamkokweni, Ngenelela nyoni yezwe hlangalomhlabathi, Misuzulu ka zwelithini nasi isizwe sakho siphela ubhekile, Abanye bayazazi izingane zabo emigwaqweni ziluhlaza, Kodwa bona bayazivuna, U Lazaru ngihamba Deborah Fraser no mama besizwe sithi South Africa yehlisani imimoya.

Subscribe to get the hottest exclusive music and content straight to your inbox!

Register for Slikour On Life
Sign in for Slikour On Life