Reload
{"id":197868,"created_at":"2021-01-22 01:05:35","updated_at":"2021-04-09 10:35:11","deleted_at":null,"published_at":"2021-01-22 01:05:35","original_id":null,"artist_id":83388,"title":"Teaza - 07 July 2020 (prod. by Teaza)","slug":"teaza-07-july-2020-prod-by-teaza","status":"published","description":null,"album_id":null,"streets":1,"source_type":"s3","source":"file","lyrics":"07 July 2020\r\n\r\n*Verse 1*\r\n\r\nBafo thula ungakhali kmele samukele\r\nYebo kona knzima kodwa asbekezele\r\nCela u focus eskoleni ekhaya sbheke wena \r\nMina kmele ngzame spani so ngyayshiya isgela \r\n\r\nNgzozama oksemandleni,kmele svuse ikhaya\r\nZalo asqine mthandazweni,skwaz uksiza u ma \r\nYambona uphukile emoyeni njoba kdlule ubaba\r\nMfanakithi asenze umama azshaya isfuba ngathi\r\n\r\nnamanje lamazwi aringa ekhanda lami\r\nKanti wawthini kmina Noma nje wawdlala ngami\r\nWhy uthatha iznqumo eznje,why uzthatha phambi kwami\r\nMaknento ebikphethe kabi why ungakhulumanga nami\r\n\r\nVele ngyazi bengimncane knawe \r\nKodwa lokho akusho bengenendaba nawe \r\nHlambe bengingakhona ksiza,hlambe besngakhona ukringa\r\nLeyonto idlule, Bafo vuka \r\nNgyazi uyangizwa \r\n\r\nWathi indlela uzongbonisa \r\nWathi mangkhala uzongthulisa,kodwa manje uyangkhalisa\r\nSengyakhala ngyazthulisa\r\nShuthi mangkhala kyakjabulisa\r\nCoz ngabe awzange wangzwisa\r\nLobuhlungu obungaka ngyafisa\r\nManje Iskhathi ukusihlehlisa\r\n\r\nNgyakthanda kodwa ngyakzonda\r\nSekyangbasa nokukbona\r\nLobuhlungu absoze baphola\r\nAnd nawe hlambe uyasola\r\nNoma ngabe usuyazisola \r\nIthuba ngeke usalthola\r\nKubuhlungu ngeke usasbona\r\nKubuhlungu ngeke sisakbona\r\n\r\n*Verse 2*\r\n\r\nMina ngzothini kma \r\nMina ngzothini kwi Ntwana\r\nCoz incane ayi understand ngzochaza kanjani\r\nNoma kthiwa iya ngaytshela kanjani \r\nUkuthi wena ukhethe ukthatha impilo yakho Bafo musa ukdlala ngami\r\n\r\nIzolo ebsuku ubu ryt uhleka ungenankinga \r\nShuthi kahle kahle ubu pretend wenza mina slima\r\nBuwazi knento ekdlayo,bewazi ikhona inkinga \r\nNoma bekwi nhlelo zakho ubusuvalelisa\r\n\r\nNgeskhathi ukhetha ukwenza lento ucabangile ngathi\r\nNoma uzcabangele wena,awna ndaba nathi\r\nUyasazi isimo ekhaya umama uskhulise kanzima\r\nNgeskhathi izinto zqala ukukhanya ulethe obunye bnzima\r\n \r\nKningi ebengfisa skwenze,bengfuna nokukbonga\r\nUkukbonga usaphila,ubuhlala ukhona\r\nMangikdinga ,ubusufana ne Tyma kmina\r\nNamanje angkholwa kuthi ngikbona okokgcina\r\n\r\nKodwa why Bafo yini lebikphethe kabi\r\nMangabe ubusaba ukukhuluma ubungaybhala phansi\r\nNoma ngeskhathi sisonke nje shleli phansi\r\nUsazise kube ngathi uxoxa ngenyi outie\r\n\r\nBizoba khona indlela ,asenzi ngalendlela \r\nUyazi njoba umdala okningi sikbonela wena\r\nManje ke esikthola kwena \r\nAmaphutha obungawagwema\r\nAybafo vuka musukdlala ngami mfethu ngyacela","download_count":44,"play_count":1,"restrict_download":0,"generated_thumbnail":null,"flag_count":0,"download_count_24":2,"download_count_24_at":"2021-04-09","reupload_sent":0,"thumb_path":"https:\/\/s3.eu-central-1.amazonaws.com\/sol-assets\/uploads\/public\/600\/a07\/810\/thumb_605020_300_300_0_0_crop.jpeg","status_reason":"published","status_reason_alt":null,"tags":[]}

Song Lyrics:

07 July 2020 *Verse 1* Bafo thula ungakhali kmele samukele Yebo kona knzima kodwa asbekezele Cela u focus eskoleni ekhaya sbheke wena Mina kmele ngzame spani so ngyayshiya isgela Ngzozama oksemandleni,kmele svuse ikhaya Zalo asqine mthandazweni,skwaz uksiza u ma Yambona uphukile emoyeni njoba kdlule ubaba Mfanakithi asenze umama azshaya isfuba ngathi namanje lamazwi aringa ekhanda lami Kanti wawthini kmina Noma nje wawdlala ngami Why uthatha iznqumo eznje,why uzthatha phambi kwami Maknento ebikphethe kabi why ungakhulumanga nami Vele ngyazi bengimncane knawe Kodwa lokho akusho bengenendaba nawe Hlambe bengingakhona ksiza,hlambe besngakhona ukringa Leyonto idlule, Bafo vuka Ngyazi uyangizwa Wathi indlela uzongbonisa Wathi mangkhala uzongthulisa,kodwa manje uyangkhalisa Sengyakhala ngyazthulisa Shuthi mangkhala kyakjabulisa Coz ngabe awzange wangzwisa Lobuhlungu obungaka ngyafisa Manje Iskhathi ukusihlehlisa Ngyakthanda kodwa ngyakzonda Sekyangbasa nokukbona Lobuhlungu absoze baphola And nawe hlambe uyasola Noma ngabe usuyazisola Ithuba ngeke usalthola Kubuhlungu ngeke usasbona Kubuhlungu ngeke sisakbona *Verse 2* Mina ngzothini kma Mina ngzothini kwi Ntwana Coz incane ayi understand ngzochaza kanjani Noma kthiwa iya ngaytshela kanjani Ukuthi wena ukhethe ukthatha impilo yakho Bafo musa ukdlala ngami Izolo ebsuku ubu ryt uhleka ungenankinga Shuthi kahle kahle ubu pretend wenza mina slima Buwazi knento ekdlayo,bewazi ikhona inkinga Noma bekwi nhlelo zakho ubusuvalelisa Ngeskhathi ukhetha ukwenza lento ucabangile ngathi Noma uzcabangele wena,awna ndaba nathi Uyasazi isimo ekhaya umama uskhulise kanzima Ngeskhathi izinto zqala ukukhanya ulethe obunye bnzima Kningi ebengfisa skwenze,bengfuna nokukbonga Ukukbonga usaphila,ubuhlala ukhona Mangikdinga ,ubusufana ne Tyma kmina Namanje angkholwa kuthi ngikbona okokgcina Kodwa why Bafo yini lebikphethe kabi Mangabe ubusaba ukukhuluma ubungaybhala phansi Noma ngeskhathi sisonke nje shleli phansi Usazise kube ngathi uxoxa ngenyi outie Bizoba khona indlela ,asenzi ngalendlela Uyazi njoba umdala okningi sikbonela wena Manje ke esikthola kwena Amaphutha obungawagwema Aybafo vuka musukdlala ngami mfethu ngyacela

Subscribe to get the hottest exclusive music and content straight to your inbox!

Register for Slikour On Life
Sign in for Slikour On Life