{"id":118258,"created_at":"2020-02-12 18:52:23","updated_at":"2021-04-03 08:39:25","deleted_at":null,"published_at":"2020-02-12 18:52:23","original_id":null,"artist_id":62988,"title":"uGOGO","slug":"ugogo","status":"published","description":null,"album_id":null,"streets":1,"source_type":"s3","source":"file","lyrics":"[MABHOM- uGOGO (LYRICS)]\r\n\r\n[C.H]\r\nintro\r\n\r\nblankets when i'm cold, i'm never on my own and when i feel depressed you always told me jokes, kept me on my toes, bought me alot of clothes, watch me as a baby and you love me as I grow x2\r\n\r\n[MABHOM]\r\n(verse 1)\r\n\r\never since ngisase mncane azange ngimazi uMma,\r\nngakhulisa umaGogo izinto azange zibe lula,\r\nbekangenzela loku okuncane noma okunye kume hlula,\r\nwangifundisa ukungathandi into zomhlaba ngoba zizodlula,\r\nkuyimi uSfiso noSmanga bekunzima beskhula,\r\nuGogo a'sacrifice asenzela noma izinto bezidura,\r\nsasebancane sihambisa inkonzo siyiyeka njoba sikhula,\r\ninsindiso yona siyayazi noma umthetho siwuphula,\r\nukhona uGogo usaphila ngoba uNkuluNkulu umgcinile,\r\nuna 82 years old ukhulile kodwa usaphilile,\r\nGogo mina ngiyakuthanda ngoba Gogo nguwe ongikhulisile,\r\nuhlala unami njalo noma izikhukhula sezifikile,\r\nsengisele nawe emhlabeni uBaba noMa bangishiyile,\r\nokwenzekile kwenzekile , zonke inhlungu sezidlulile,\r\nangeke sizazi zonke inhlelo zika Jehova azihlelile,\r\nokwenzekile kwenzekile zonke inhlungu seziphelile\r\n\r\n[MABHOM]\r\n(Chorus\/Hook)\r\n\r\nngakhulisa nguwe Gogo,\r\nmangingena emadakeni ngihlala ngikhishwa nguwe Gogo,\r\nngiyabonga naseskolwen ngamikiswa nguwe Gogo,\r\nnoma ngishoda ngokuthile ngihlala ngikhala kuwe Gogo\r\n\r\n[MABHOM]\r\n(verse 2)\r\n\r\nngeskhathi samakhaza kuphuma inkuni kumele kusakgwe,\r\nand uGogo uzokuthethisa mawungaphula isakga yakhe,\r\nekhaya azange kube ne heater sikhule nge stoff samalahle,\r\nngobusika siba warm endlini makubanda la ngaphandle,\r\nnasekuseni masiyeskolwen sithola uMlilo sowubasile,\r\nmasingafun ukuvuka usivuse uthi sigeze ngoba sekusile,\r\nngeke siye eskolwen ngendlala ngoba umdoko ukhona uwuphekile,\r\nsingena eskolwen sichakaza ngoba i'uniform uyi ayinile,\r\nGogo Mdali usakugcinile, umhlaba usakuthandile, kodwa i'Calendar isimile izinyawo iminyaka seyihambile,\r\nmanje Gogo sengikhulile, manje incondo seyijulile,\r\nwangifundisa ukubheka i'future ngiyekele izinto ezidlulile,\r\nleNgoma le i'dedicated to Esther Mtshweni uNaNdala,\r\nuGogo uhlala alenza i'plan angikaze ngilale ngendlala,\r\nsinokuzama zidle iPapa nacanda akufani nokuhlala,\r\njust ukufaka nje something esiswini sivale leskhala\r\n\r\n\r\n[MABHOM]\r\n(Chorus\/Hook)\r\n\r\nngakhulisa nguwe Gogo,\r\nmangingena emadakeni ngihlala ngikhishwa nguwe Gogo,\r\nngiyabonga naseskolwen ngamikiswa nguwe Gogo,\r\nnoma ngishoda ngokuthile ngihlala ngikhala kuwe Gogo","download_count":137,"play_count":2,"restrict_download":0,"generated_thumbnail":null,"flag_count":0,"download_count_24":1,"download_count_24_at":"2021-04-03","reupload_sent":0,"thumb_path":"https:\/\/s3.eu-central-1.amazonaws.com\/sol-assets\/uploads\/public\/5e4\/42d\/425\/thumb_350032_300_300_0_0_crop.jpg","status_reason":"published","status_reason_alt":null,"tags":[]}
Loading your song...
Downloads: 137
Song Lyrics:
[MABHOM- uGOGO (LYRICS)]
[C.H]
intro
blankets when i'm cold, i'm never on my own and when i feel depressed you always told me jokes, kept me on my toes, bought me alot of clothes, watch me as a baby and you love me as I grow x2
[MABHOM]
(verse 1)
ever since ngisase mncane azange ngimazi uMma,
ngakhulisa umaGogo izinto azange zibe lula,
bekangenzela loku okuncane noma okunye kume hlula,
wangifundisa ukungathandi into zomhlaba ngoba zizodlula,
kuyimi uSfiso noSmanga bekunzima beskhula,
uGogo a'sacrifice asenzela noma izinto bezidura,
sasebancane sihambisa inkonzo siyiyeka njoba sikhula,
insindiso yona siyayazi noma umthetho siwuphula,
ukhona uGogo usaphila ngoba uNkuluNkulu umgcinile,
una 82 years old ukhulile kodwa usaphilile,
Gogo mina ngiyakuthanda ngoba Gogo nguwe ongikhulisile,
uhlala unami njalo noma izikhukhula sezifikile,
sengisele nawe emhlabeni uBaba noMa bangishiyile,
okwenzekile kwenzekile , zonke inhlungu sezidlulile,
angeke sizazi zonke inhlelo zika Jehova azihlelile,
okwenzekile kwenzekile zonke inhlungu seziphelile
[MABHOM]
(Chorus/Hook)
ngakhulisa nguwe Gogo,
mangingena emadakeni ngihlala ngikhishwa nguwe Gogo,
ngiyabonga naseskolwen ngamikiswa nguwe Gogo,
noma ngishoda ngokuthile ngihlala ngikhala kuwe Gogo
[MABHOM]
(verse 2)
ngeskhathi samakhaza kuphuma inkuni kumele kusakgwe,
and uGogo uzokuthethisa mawungaphula isakga yakhe,
ekhaya azange kube ne heater sikhule nge stoff samalahle,
ngobusika siba warm endlini makubanda la ngaphandle,
nasekuseni masiyeskolwen sithola uMlilo sowubasile,
masingafun ukuvuka usivuse uthi sigeze ngoba sekusile,
ngeke siye eskolwen ngendlala ngoba umdoko ukhona uwuphekile,
singena eskolwen sichakaza ngoba i'uniform uyi ayinile,
Gogo Mdali usakugcinile, umhlaba usakuthandile, kodwa i'Calendar isimile izinyawo iminyaka seyihambile,
manje Gogo sengikhulile, manje incondo seyijulile,
wangifundisa ukubheka i'future ngiyekele izinto ezidlulile,
leNgoma le i'dedicated to Esther Mtshweni uNaNdala,
uGogo uhlala alenza i'plan angikaze ngilale ngendlala,
sinokuzama zidle iPapa nacanda akufani nokuhlala,
just ukufaka nje something esiswini sivale leskhala
[MABHOM]
(Chorus/Hook)
ngakhulisa nguwe Gogo,
mangingena emadakeni ngihlala ngikhishwa nguwe Gogo,
ngiyabonga naseskolwen ngamikiswa nguwe Gogo,
noma ngishoda ngokuthile ngihlala ngikhala kuwe Gogo
Subscribe to get the hottest exclusive music and content straight to your inbox!
Help us verify you before we continue...
We were not able to verify you. Please try again.